Dlulela kokuphakathi

Ubuwena

Ungubani? Yini oyibheka njengebalulekile? Ukuziqhenya ngobuwena, kuzokusiza ukwazi ukulawula ukuphila kwakho esikhundleni sokuvumela abanye ukuba bakulawule.

Ubuntu Bami

Ngingubani?

Ukwazi izinto ozikholelwayo, amakhono, ukulinganiselwa nemigomo yakho kuyokusiza ukuba wenze izinqumo ezihlakaniphile lapho ucindezelwa.

Ngingubani?

Ukwazi impendulo kungakusiza ubhekane ngokuphumelelayo novivinyo.

Kungani Kufanele Wenqabe Umbono Okha Phezulu Wezokusakaza?—Ingxenye 1: Eqondene Namantombazane

Iningi lentsha ecabanga ukuthi ibonakala ihlukile kwabanye abantu, limane nje lizivumelanisa nalokho elikubona emithonjeni yezokusakaza.

Kungani Kufanele Wenqabe Umbono Okha Phezulu Wezokusakaza?—Ingxenye 2: Eqondene Nabafana

Ingabe ukulandela umbono okha phezulu kungakwenza ungakhangi kwabanye?

Nginokwethe­njelwa Kangakanani?

Enye intsha inikezwa inkululeko eyengeziwe kunenye. Yini eyenza kube nalo mehluko?

Kungani Kufanele Uthembeke?

Akubazuzisi yini abantu ukungathembeki?

Uthembeke Kangakanani?

Zihlole ngalesi sivivinyo esinezingxenye ezintathu.

Ngiphikelela Kangakanani?

Ngenxa yokuthi wonke umuntu uyabhekana nezinkinga, kubalulekile ukuba ube umuntu ophikelelayo ngisho noma izinkinga zakho zizincane noma zizinkulu.

Indlela Yokubhekana Noshintsho

Ushintsho alugwemeki. Cabanga ngalokho okwenziwe abanye ukuze babhekane nalo ngokuphumelelayo.

Indlela Yokwamukela Iseluleko

Iseluleko noma ukugxekwa okubuhlungu kungenzeka kanjani kube usizo?

Ngingawuqeqesha Kanjani Unembeza Wami?

Unembeza wakho uveza lokho oyikho nalokho okukholelwayo. Unembeza wakho wembulani ngawe?

Ingabe Ulindele Ukuba Yonke Into Ingabi Naphutha?

Ungawubona kanjani umehluko phakathi kokuzama ukwenza into kahle nokuzama ukwenza into engaphezu kwamandla akho?

Funda Ukuthi Ngezinye Izikhathi Uzowenza Amaphutha

Leli phepha lomsebenzi lizokusiza ungalindeli okungaphezu kwamandla kuwe nakwabanye.

Kubaluleke Kangakanani Ukulandelwa Abantu Abaningi Ezinkundleni Zokuxhumana?

Abanye bafaka ukuphila kwabo engozini ukuze nje balandelwe abantu abaningi kuthandwe namaphosti abo. Kodwa kubaluleke ngaleyo ndlela yini ukulandelwa abantu abaningi?

Indlela Yokumelana Nokucindezela Kontanga

Ukucindezela kontanga kungenza umuntu olungile enze izinto ezimbi. Yini okufanele uyazi ngakho, futhi ungabhekana kanjani nakho?

Ngingamelana Kanjani Nokucindezela Kontanga?

Thola ukuthi izimiso zeBhayibheli zingakusiza kanjani uphumelele.

Melana Nokucindezela Kontanga!

Izinyathelo ezine ezilula ongazithatha ukuze ube nesibindi sokuba nguwe.

Melela Ukholo Lwakho!

Funda ngalokho okwasiza uJeremiya ukuba amemezele isigijimi esiyisixwayiso kwaJuda.

Izenzo Zami

Kungani Kufanele Ngisize Abanye?

Ukwenzela abanye izinto ezinhle kukuzuzisa ngezindlela ezimbili okungenani. Yiziphi?

Uhlelo Ongalwenza Lokusiza Abanye

Abantu ongabasiza bakuzungezile. Leli shadi lalokho ongakwenza linezinyathelo ezintathu ezilula ongaqala ngazo.

Ngingabhekana Kanjani Namaphutha Ami?

Wonke umuntu uyawenza amaphutha, kodwa akuyena wonke umuntu ofundayo kuwo.

Ngingamelana Kanjani Nezilingo?

Nazi izinto ezintathu ezingakusiza umelane nezilingo.

Indlela Yokumelana Nesilingo

Ukukwazi ukumelana nesilingo kuwuphawu lokuba indoda noma owesifazane oqotho. Kunamacebiso ayisithupha angakusiza ekuqiniseni ukuzimisela kwakho futhi ugweme ukucindezeleka okubangelwa ukuhlulwa isilingo.

Indlela Engibukeka Ngayo

Ngibukeka Kanjani?

Funda ngendlela ongagwema ngayo amaphutha amathathu avame kakhulu kwezemfashini.

Ukuhlola Indlela Obukeka Ngayo

Leli khasi lomsebenzi lingakusiza ukuba ubukeke kahle kakhulu.

Okushiwo Yintsha Ngokubukeka Komzimba

Kungani kungaba inselele ngentsha ukulondoloza umbono olinganiselayo ngendlela ebukeka ngayo? Yini engasiza?

Ingabe Ukhathazeke Ngokweqile Ngendlela Obukeka Ngayo?

Uma ikukhathaza indlela umzimba wakho obukeka ngayo, ungaba kanjani nombono olinganiselayo ngawe?

Kungani Ngikhathazeka Ngendlela Engibukeka Ngayo?

Uyadumala yini lapho uzibuka esibukweni? Yiziphi izindlela ezingeqisi ongazisebenzisa ukuze uthuthukise indlela obukeka ngayo?

Cabanga Ngaphambi Kokuzidweba

Kuthiwani ngomdwebo onomyalezo weBhayibheli?