Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Angola

Avenida Talatona 1

LUANDA

ANGOLA

+244 923-166-760

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-11:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama

Kuthatha imizuzu engu-45

Okuvelele

Liqondisa ukuhunyushelwa kwezincwadi zeBhayibheli ezilimini ezingu-8, ezihlanganisa uLimi Lwezandla Lwase-Angola. Lengamela ukwakhiwa kwamaHholo OMbuso, lithumele nezincwadi emabandleni oFakazi BakaJehova angaphezu kuka-1600 e-Angola.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.