Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Canada

13893 Highway 7

GEORGETOWN, ON L7G 4S4

CANADA

+1 905-873-4100

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-10:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-3:00 ntambama

Kuthatha amahora amabili

Okuvelele

Kunyatheliswa omagazini abangaphezu kwezigidi ezingu-255 unyaka ngamunye. Kuthuthwa izincwadi ezingamathani angaphezu kuka-6000 ngezilimi ezingu-300 unyaka ngamunye.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.