Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Croatia

Štrokinec 28

HR-10090 ZAGREB-SUSEDGRAD

CROATIA

+385 1-37-95-001

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-11:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama

Kuthatha amahora amabili

Okuvelele

Igatsha liqondisa umsebenzi wamabandla oFakazi BakaJehova angaphezu kuka-60 aseCroatia nangaba ngu-15 aseBosnia naseHerzegovina. Lihumushela izincwadi zeBhayibheli olimini lwesiBosnia, isiCroatia noLimi Lwezandla LwaseCraotia. Ukwazi nokubona umlando woFakazi BakaJehova endaweni eyayiyiYugoslavia kanye nombukiso wendima efezwa umculo ekudumiseni uJehova.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.