Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Izingqikithi Zika-2023

Izingqikithi Zika-2023
  • Amagatsha OFakazi BakaJehova: 85

  • Inani Lamazwe Abikayo: 239

  • Ingqikithi Yamabandla: 118 177

  • Ababekhona ESikhumbuzweni Emhlabeni Wonke: 20 461 767

  • Inani Labadle Izifanekiselo Emhlabeni Wonke: 22 312

  • Inani Eliphakeme Labamemezeli a: 8 816 562

  • Isilinganiso Sabamemezeli Abashumayela Inyanga Ngayinye: 8 625 042

  • Ukwanda Kwabamemezeli Kunango-2022: 1.3%

  • Inani Lababhapathiziwe b: 269 517

  • Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona c Inyanga Ngayinye: 1 570 906

  • Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona Asizayo Inyanga Ngayinye: 738 457

  • Ingqikithi Yamahora Asetshenzwe Ensimini: 1 791 490 713

  • Isilinganiso Sezifundo ZeBhayibheli d Inyanga Ngayinye: 7 281 212

Umbiko wenkonzo wonyaka ka-2023 uqale ngoSepthemba 1, 2022, waze wayophela ngo-Agasti 31, 2023.

a Ummemezeli umuntu omemezela noma oshumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu. (Mathewu 24:14) Ukuze uthole incazelo ephelele ngokuthi la manani atholakala kanjani, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi, “Bangaki OFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke?

b Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe ngongakwenza ukuze ubhapathizwe ube ngomunye woFakazi BakaJehova, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi “Ngingaba Kanjani Omunye WoFakazi BakaJehova?

c Iphayona uFakazi obhapathiziwe oyisibonelo ozikhethele ukusebenza amahora ayinani elinqunyiwe inyanga ngayinye eshumayela izindaba ezinhle.

d Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi “Siyini Isifundo SeBhayibheli Esilungiselelwe OFakazi BakaJehova?