Ingabe Izinto Eziphilayo Zadalwa??

Lokho okukholelwayo ngokuthi izinto eziphilayo zaba khona kanjani kubalulekile ngempela.

Isethulo

Ingabe umhlaba wethu waklanyelwa ukuba ube nezinto eziphilayo? Ingabe imfundiso yokuziphendukela kwemvelo isekelwe emaqinisweni?

Yini Oyikholelwayo?

Kungenzeka ukuthi uyakholelwa kuNkulunkulu futhi uyalihlonipha iBhayibheli. Kodwa kungenzeka nokuthi uyayithanda nemibono yososayensi abafundile nabahlonishwayo abangakholelwa ukuthi izinto eziphilyo azadalwa.

Iplanethi Yezinto Eziphilayo

Izinto eziphilayo emhlabeni bezingeke zibe khona ukuba zathuka zenzeka nje. Ingabe ngempela kwamane kwenzeka noma kwaklanywa umuntu ohlakaniphile?

Ubani Owklama Kuqala?

Abacwaningi abaqeqeshiwe bakopela izici ezithile endalweni ukuze baxazulule izinkinga zonjiniyela. Uma ukukopisha lokho kudinga unjiniyela, kangakanani ngomklami wayo?

Ukuziphendukela Kwemvelo—Izinganekwane Namaqiniso

Ezinye izimfundiso zokuziphendukela kwemvelo ukuthi izitshalo noma izilwane ziyathuthuka bese ziyaguquka zibe ngenye into entsha sha? Ingabe inganekwane noma iqiniso?

Isayensi nomlando kaGenesise

Ingabe ososayensi iyaphikisana nomlando wendalo oseBhayibhelini?

Ingabe Kunendaba Ukuthi Yini Oyikholelwayo?

Ingabe lokho okukholelwayo kungathinta injongo yakho yokuphila?

Ibibliography

Hlola izincwadi ezisetshenzisiwe ukuze kubhalwe le ncwajana.