Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGOMA 73

Sinikeze Isibindi

Sinikeze Isibindi

(IzEnzo 4:29)

  1. 1. Njengoba sishumayela,

    Njengoba sifakaza,

    Baning’ abas’phikisayo

    Abasihlazisayo.

    Kunokwesab’ abantu,

    Kumelwe s’lalele wena.

    Manje sicel’ umoya wakho;

    O Jehova, s’yakhuleka.

    (CHORUS)

    Sinikeze isibindi;

    Sinqobe ukwesaba.

    Siphe ukuqiniseka

    Ukuze bezwe bonke.

    I-Armagedon’ iyeza,

    Ngaphambi kwalolo suku,

    Sinikeze isibindi.

    S’yakhuleka.

  2. 2. Ngisho noma singesaba,

    Uyazi siluthuli.

    Siyazi uzosiphasa

    Futhi siyakwethemba.

    Lalela izinsongo

    Zabasihlambalazayo.

    Sisize sonke siqhubeke

    Sikhuluma ngesibindi.

    (CHORUS)

    Sinikeze isibindi;

    Sinqobe ukwesaba.

    Siphe ukuqiniseka

    Ukuze bezwe bonke.

    I-Armagedon’ iyeza,

    Ngaphambi kwalolo suku,

    Sinikeze isibindi.

    S’yakhuleka.