PHAPHAMA! Mashi 2013 | Indlela Yokuba Ubaba Omuhle

Obaba abaningi bathola ukuthi bona nemikhaya yabo bayazuza lapho belandela izimiso zeBhayibheli.

Ukubuka Okwezwe

Okukhulunywa ngakho: Ukuqeda indlala, ukucindezeleka emsebenzini, nezinga lokuhlanzeka komoya emadolobheni aseChina.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela Yokuba Ubaba Omuhle

Cabangela izimiso zeBhayibheli ezinhlanu ezingakusiza ukuba ube ubaba onothando nolinganiselayo.

I-moose—Inyamazane Yasehlathini Enkulu Ngokungavamile

Ziyokushiya ubambe ongezansi izici ezingavamile zalesi silwane esikhulu nesinamandla.

UMBONO WEBHAYIBHELI

Izithombe zobulili ezingcolile

Uma ufisa ukujabulisa uNkulunkulu, thola indlela azizwa ngayo ngezithombe zobulili ezingcolile.

USIZO LOMNDENI

Indlela Yokubekela Ingane Yakho Esithombile Imithetho

Yini ongayenza uma ingane yakho esithombile ibonakala ihlale iyicasukela imithetho oyibekile?

EZASENDULO

URobert Boyle

Wayeyisazi sokuthakwa kwamakhemikhali, usosayensi futhi wayekholelwa ngokuqinile kuNkulunkulu naseBhayibhelini.

INGABE KWAKLANYWA?

Ukubona Kalufifi Kwesicabucabu Esigxumayo

Lesi sicabucabu silikala kanjani ibanga elinembile? Kungani abacwaningi befuna ukulingisa indlela yaso?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ungakuyeka Kanjani Ukuhlehlisa Izinto?

Thola amacebiso okuyeka ukuhlehlisa izinto!

ULoti Nomndeni Wakhe—Indaba Elandiswa Ngezithombe

Zithathele lo msebenzi, ubone ukuthi yini ongayifunda kuLoti nasemndenini wakhe.