Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

PHAPHAMA! No. 1 2018 | Indlela Yokuthola Injabulo

SINGASITHOLAPHI ISELULEKO ESINGASETHEMBA ESINGASISIZA SITHOLE INJABULO?

IBhayibheli lithi: “Bayajabula abangenaphutha endleleni yabo.” —IHubo 119:1.

Lo magazini unezihloko ezingu-7 ezinezeluleko ongazethemba, ezingakusiza uthole injabulo.

 

Indlela Yokuyithola

Ungasho yini ukuthi ujabule ekuphileni? Yini eyenza umuntu ajabule?

Ukwaneliseka Nokupha

Abantu bathi ukuba nemali nezinto eziningi yikona okwenza umuntu ajabule. Ingabe yiqiniso lelo? Ubufakazi bubonisani?

Impilo Enhle Nokubekezela

Ingabe ukugula kusho ukuthi umuntu akasoze ajabula?

Uthando

Ukuthanda nokuthandwa kudlala indima ebalulekile ekwenzeni umuntu ajabule.

Ukuthethelela

Uzogula futhi ngeke ujabule uma uhlale uthukuthele futhi unenzondo.

Ukwazi Ukuthi Uphilelani

Ukuthola izimpendulo zemibuzo ebalulekile ekuphileni kubalulekile ukuze sijabule.

Ithemba

Kunzima ngabantu abaningi ukujabula uma bengaqiniseki ngekusasa labo nelalabo ababathandayo.

Funda Okwengeziwe

Ziningi izinto ezenza umuntu ajabule noma angajabuli. Funda ngethuluzi lamahhala elingakusiza ulungise izinto ezikukhathaza kakhulu ekuphileni kwakho.