INQABAYOKULINDA Ephreli 2014 | Ingabe Kufanele Uthandaze?

Uma uNkulunkulu ezazi kakade izidingo zethu, kuyadingeka ngempela yini ukuba sithandaze? IBhayibheli liyawuphendula lo mbuzo.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kungani Abantu Bethandaza?

Abantu abaningi abangakholelwa kuNkulunkulu nabo bayathandaza. Kungani?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Kufanele Uthandaze?

UNkulunkulu angaphendula imithandazo ngaphandle kokwenza izimangaliso.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Yonke Imibuzo Yami Bayiphendula NgeBhayibheli!

U-Isolina Lamela wayeyindelakazi engumKatolika, wabe eseba ilungu leqembu lamaKhomanisi, kodwa wadumazeka kuzo zombili lezi zindlela zokuphila. Kamuva, wahlangana noFakazi BakaJehova, bamsiza ngeBhayibheli ukuba athole injongo yangempela yokuphila.

Ungakwazi Ukumelana Nesilingo!

Izinyathelo ezintathu zingakusiza ube namandla okunqoba.

Ingabe Bewazi?

Yimaphi amathuba okubaleka isigqila esasinawo eRoma yasendulo? Kungani umbala omsomi waseThire wawubiza kunayo yonke emhlabeni?

UThomas Emlyn—Umhlambalazi Noma Ummeleli Weqiniso?

Ukucwaninga kwakhe iBhayibheli kwamenza wazondwa iSonto Lase-Ireland neNkantolo Yendlovukazi.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

UJesu uthatha isinyathelo ukuze alethe ukuthula emhlabeni.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Iyini Injongo Yokuphila?

Uke wazibuza ukuthi ‘Iyini injongo yokuphila?’ Thola indlela iBhayibheli eliwuphendula ngayo lowo mbuzo.