INQABAYOKULINDA Meyi 2015 | Ingabe Ukuphela Kwezwe Kuseduze?

Lapho uzwa amazwi athi, “Ukuphela kuseduze!” yini efika engqondweni yakho? Ingabe lokho okufika engqondweni yakho kukwenza ukhathazeke?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kusho Ukuthini—“Ukuphela Kwezwe”?

Ingabe bewazi ukuthi lokho iBhayibheli elikushoyo “ngokuphela kwezwe” kuyizindaba ezinhle?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Ukuphela Kwezwe Kuseduze?

Cabanga ngezinto ezine ezakha isibonakaliso esiyinhlanganisela sokuphela kwezwe ezichazwe eBhayibhelini.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Abaningi Bayosinda Lapho Kufika Ukuphela Kwezwe—Nawe Ungasinda

Kodwa kanjani? Ngokuqongelela izinto noma ngokwenza amalungiselelo okusinda?

Ingabe Bewazi?

Ingabe imivubukulo iyakusekela ukulandisa kweBhayibheli? Izingonyama zashabalala nini emazweni okukhulunywa ngawo eBhayibhelini?

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Ngafunda Ukuthi UJehova Unomusa Futhi Uyathethelela

Ukukhwabanisa kwase kuwumlutha kuNormand Pelletier. Kodwa ngokufunda iBhayibheli wathinteka kakhulu.

LINGISA UKHOLO LWABO

“Ingabe Ngisesikhundleni SikaNkulunkulu?”

Ingabe emndenini wakho kuke kwaba nomona, ukungathembeki noma inzondo? Uma kunjalo, ukulandisa okuseBhayibhelini kukaJosefa kungakusiza.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Kungani Usuku Lokwahlulela Luyoba Yiminyaka Eyinkulungwane?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Yini Eyofezwa UMbuso KaNkulunkulu?

Funda ukuthi yini ongayilindela lapho uhulumeni kaNkulunkulu ubusa phezu komhlaba.