PHAPHAMA! Juni 2014 | Onjani Umngane Omuhle?

Ngokudabukisayo, abantu abaningi abanabo abangane abahle namuhla. Kodwa ingabe yileyo ndlela okufanele kube ngayo? Yini edingekayo ukuze wakhe ubungane obuhlala njalo? Cabangela iseluleko seBhayibheli esiwusizo.

Ukubuka Okwezwe

Izihloko zihlanganisa: izindlela ezingokomthetho nezingawulimazi unembeza zokusingatha imibungu eCanada, izindlela ezithakazelisayo ezingasetshenziswa esikhundleni sokudla inyama kanye nemishado ebhaliswa abangakholelwa kuNkulunkulu.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Onjani Umngane Omuhle?

Abantu abaningi banomuzwa wokuthi kubalulekile ukuba nabangane abahle. Ungaba kanjani umngane omuhle kwabanye? Lesi sihloko sizohlaziya izimiso ezine ezitholakala eBhayibhelini.

UMBONO WEBHAYIBHELI

Ukufa

Kwenzekani kithi lapho sifa? Likhona yini ithemba lokuthi siyobuye sibonane nezihlobo zethu esezafa? Cabangela izimpendulo zeBhayibheli eziduduzayo ngokufa.

EZASENDULO

UJoseph Priestley

Kungakhathaliseki ukuthi wayebhala ngesayensi noma ngenkolo, uJoseph Priestley wazichitha izimfundiso nezinqubo ezazithandwa ekhetha izinto ezinobufakazi neziyiqiniso. Bona indlela lokho akuthola nabhala ngakho okusabathonya ngayo abantu namuhla.

Ingabe Usengozini Yokuba Nesifo Sezinsini?

Isifo sezinsini singesinye sezifo zomlomo ezivame kakhulu emhlabeni. Sibangelwa yini? Ungazi kanjani uma unaso? Kanti futhi ungawanciphisa kanjani amathuba okuba nesifo sezinsini?

USIZO LOMNDENI

Ukulawula Indlela Osebenzisa Ngayo Imali

Ungalindi kuze kube yilapho usunenkinga yemali ngaphambi kokuba ucabange ngendlela oyisebenzisa ngayo. Funda indlela yokulawula ukusebenzisa imali ngaphambi kokuba uzithole ususenkingeni yezikweletu.

INGABE KWAKLANYWA?

Ikhono Lenkubabulongwe Lokuthungatha Indlela

Hlobo luni lwesimiso sokuthungatha indlela esisetshenziswa inkubabulongwe? Yini abantu abangayifunda kuso?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Okushiwo Ontanga Yakho Ngomakhalekhukhwini

Entsheni eningi, umakhalekhukhwini uyindlela yokuxhumana nabangane. Ziyini izinzuzo nezingozi zokuba nawo?

UMose Ukhulela EGibhithe

Yini esingayifunda ngempilo kaMose esakhula eGibhithe? Dawuniloda le misebenzi futhi nixoxe ngayo njengomndeni