PHAPHAMA! Novemba 2014 | Izihluthulelo Zokuphila Okujabulisayo

IBhayibheli liqukethe iseluleko esisebenzayo esingakusiza uphile ukuphila okujabulisayo. Cabangela izibonelo ezine zokuhlakanipha okuseBhayibhelini ongakwethemba.

Ukubuka Okwezwe

Okukhulunywa ngakho kuhlanganisa: ukuyekwa kwezinhlelo zokuvikelwa kwehlathi lemvula lase-Ecuador, ubunzima bokuthola ukuthi igazi alinalo yini igciwane, kanye nombango wobunikazi bezilwane ezifuywayo e-Australia.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Izihluthulelo Zokuphila Okujabulisayo

Ingabe ukuhlakanipha okuseBhayibhelini kungakusiza ngempela ukuba uphile ngokujabulisayo? Lesi sihloko sikhuluma ngezimiso ezine zeBhayibheli ezisebenzisekayo ngempela.

Imizila Yamanzi—Ubunjiniyela Obumangalisayo BaseRoma

Kungani abantu baseRoma lasendulo bakha imisele yamanzi? Yini eyenza le misele ivelele phakathi kwezinto zobunjiniyela?

USIZO LOMNDENI

Lapho Ingane Yakho Iqamba Amanga

Yini okufanele uyenze uma ingane yakho iqamba amanga? Lesi sihloko sixoxa ngeseluleko esisekelwe eBhayibhelini esingakusiza ufundise ingane yakho ukubaluleka kokukhuluma iqiniso.

INDABA YOKUPHILA

Ngathola Ithemba Ngesikhathi Engangilidinga Ngaso Kakhulu

Lapho eneminyaka engu-20, uMiklós Aleksza wakhubazeka ngenxa yengozi ebuhlungu eyamehlela. IBhayibheli lamsiza kanjani ukuba athole ithemba langempela lekusasa elingcono?

UMBONO WEBHAYIBHELI

Inhlanzeko

Cabangela iseluleko seBhayibheli esinengqondo, esiye sasiza izigidi zabantu ukuba ziphile ukuphila okuhlanzekile nokunempilo.

“Uphawu Olucacile Nolunamandla”

Kungani isakhiwo esisedolobheni laseHiroshima, eJapane, silokhu sahlala siyincithakalo kusukela ngo-1945? Funda ngalesi sakhiwo esingavamile nokuthi sihlobana kanjani nezithembiso zeBhayibheli ngekusasa.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Kungani Kufanele Ngisize Abanye?

Ukwenzela abanye izinto ezinhle kukuzuzisa ngezindlela ezimbili okungenani. Yiziphi?

Abantu Abasha Bayakhuluma Ngemali

Thola amacebiso okuqongelela, ukusebenzisa nokugcina imali isendaweni yayo.

Ikhadi LeBhayibheli LikaMiriyamu

Iyiphi insimbi yomculo ayeyidlala? Funda okwengeziwe ngaye ngokudawuniloda leli khadi leBhayibheli.