INQABAYOKULINDA Januwari 2013 | Ingabe Kufanele Ukwesabe Ukuphela Kwezwe?

NgokweBhayibheli, kuyini “ukuphela kwezwe”?

Kubafundi Balo Magazini

Kusukela kulo magazini, ezinye izihloko sezizotholakala kuphela kuyi-Internet. Funda okwengeziwe ngezizathu zalolu shintsho.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ukuphela Kwezwe—Kuyasabeka Kuyathakazelisa futhi Kuyakhungathekisa

Kungase kukumangaze lokho iBhayibheli elikushoyo ngempela ngokuphela kwezwe.

SONDELA KUNKULUNKULU

‘Uzambulele Izingane’

Funda ngendlela ongathola ngayo amaqiniso angokomoya ngoNkulunkulu atholakala eBhayibhelini.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

“Ekugcineni Sengithole Inkululeko Yeqiniso.”

Funda ngendlela iBhayibheli elasiza ngayo insizwa ukuba iyeke ukubhema, nokusebenzisa kabi izidakamizwa notshwala.

LINGISA UKHOLO LWABO

“Usakhuluma, Nakuba Afa”

Cabanga ngezizathu ezintathu eziqinile zokuba u-Abela abe nokholo kuMdali onothando.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Ubani igama likaNkulunkulu futhi kungani kufanele silisebenzise?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Qaphela Umona!

Funda indlela uMose asabela ngayo lapho umfowabo nodadewabo beba nomona.

Yithi “Ngiyabonga”

Bazali, sizani izingane zenu ukuba zifunde ukubaluleka kokuthi ngiyabonga ngisho zisencane kakhulu.