Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

I-JW LIBRARY

Ongakwenza Kuyi-JW Library

Ongakwenza Kuyi-JW Library

Ongakwenza EBhayibhelini

  • Khetha ezinguqulweni eziyisithupha.

  • Qhathanisa zonke izinguqulo zeBhayibheli ezikhona ngokuchofoza inombolo yevesi.

  • Bheka ukwaziswa okuhlobene nevesi ngokuchofoza uhlamvu lombhalo waphansi noma lwesikhombo.

 

Ukuphenya

  • Swayipha uye ngakwesobunxele noma ngakwesokudla ukuze uphenye incwadi oyivulile.

  • Faka izimpawu zokubekisa kunoma iliphi ivesi noma isahluko ukuze ubuyele ngokushesha lapho obufunda khona.

  • Sebenzisa uhlu lwezinto obungene kuzo ukuze uyithole ngokushesha indaba osanda kuyifunda.

  • Cinga amagama noma amabinzana akulokhu okufundayo usebenzisa inkinobho yokufuna.