Dlulela kokuphakathi

Inkolo Nokukhonza

Inkolo

Ingabe Zonke Izinkolo Ziyafana? Ingabe Zonke Ziholela KuNkulunkulu?

Izingxenye ezimbili ezivezwe eBhayibhelini zisinikeza impendulo.

Ingabe Kuyimfuneko Ukuba Ilungu Lenkolo Ehleliwe?

Ingabe umuntu angakwazi ukukhulekela uNkulunkulu ngendlela yakhe?

Kungani Kunezinkolo ZobuKristu Eziningi Kangaka?

Ingabe yilokhu uJesu, umsunguli wobuKristu, ayekuhlosile?

Ngingayithola Kanjani Inkolo Yeqiniso?

Ingabe ngiyayithanda le nkolo?

Ungubani Umphik’ ukristu?

Ingabe useza noma usekhona kakade?

Kusho Ukuthini Ukuba Ngcwele?

Ingabe abantu abanesono, njengathi, bangakwazi ukuba ngcwele?

Umthandazo

Ingabe UNkulunkulu Uzongisiza Uma Ngithandaza?

Ingabe uNkulunkulu unendaba ngempela ngezinkinga zethu?

Kungani Kufanele Ngithandaze? Ingabe UNkulunkulu Uzongiphendula?

Ukuthi uNkulunkulu uzokuphendula yini lapho uthandaza kuxhomeke kakhulu kuwe.

Umthandazo Obizwa NgoBaba Wethu Osezulwini—Ingabe Uyindlela Efanele Yokuthandaza?

Ingabe umthandazo obizwa ngokuthi uBaba Wethu Osezulwini uwukuphela komthandazo uNkulunkulu awamukelayo?

Yini Engingayithandazela?

Thola ukuthi kungani uNkulunkulu engabheki izinkathazo zomuntu siqu njengezinto ezingabalulekile.

Kungani Sithandaza Egameni LikaJesu?

Cabanga ngokuthi ukuthandaza egameni likaJesu kumdumisa kanjani uYise nokuthi kubonisa kanjani ukwazisa nenhlonipho ngaye.

Ingabe Kufanele Ngithandaze Kosanta?

Funda ukuthi iBhayibheli lithi kufanele sithandaze kubani.

Kungani UNkulunkulu Engayiphenduli Eminye Imithandazo?

Funda ngezinhlobo zemithandazo uNkulunkulu angaziphenduli nangohlobo lwabantu angabalaleli.

Insindiso

Ingabe Ukukholelwa KuJesu Kungakwenza Usinde?

IBhayibheli likhuluma ngabathile ababekholelwa kuJesu kodwa abangeke basindiswe. Kungenzeka kanjani lokho?

Iyini Insindiso?

Ungenzenjani ukuze usindiswe? Futhi yini umuntu asindiswa kuyo?

UJesu UnguMsindisi—Kanjani?

Kungani kufanele uJesu asincengele kuNkulunkulu? Ingabe ukholo kuJesu lwanele ukuze sisindiswe?

Kungani UJesu Afa?

Abantu abaningi bayazi ukuthi uJesu wafa ukuze sithole ukuphila okuphakade. Kodwa ukufa kwakhe kusisiza kanjani ngempela?

Luyini Ubhapathizo?

Kunini lapho umuntu kumelwe abhapathizwe khona futhi kanjani? Ingabe ubhapathizo lususa izono? Uyini umehluko phakathi kobhapathizo oluseBhayibhelini nobhapathizo lwezinsana?

Kusho Ukuthini Ukuzalwa Kabusha?

Ingabe kumelwe uzalwe kabusha ukuze ube umKristu?

Isono Nokuthethelela

Sasiyini Isono Sokuqala?

U-Adamu no-Eva abamlalelanga uNkulunkulu base bedlulisela isimo sokuba nesono kuyo yonke inzalo yabo, ngendlela okudluliselwa ngayo ukukhubazeka ngezakhi zofuzo.

Siyini Isono?

Ingabe zikhona izono ezimbi kunezinye?

Kuyini Ukuthethelela?

IBhayibheli linamaphuzu amahlanu angakusiza uthethelele othile.

Uzongithethelela Yini UNkulunkulu?

Cabanga ngalokho iBhayibheli elikushoyo ngendlela ongathola ngayo intethelelo kaNkulunkulu.

IBhayibheli Lingabanika Yini Impumuzo Labo Abakhathazwa Isazela?

Ukuhlushwa umuzwa wecala ngokweqile kungakuthena amandla, kodwa kunezinyathelo ezintathu ezingakusiza ululame.

Ingabe Zikhona “Izono Ezinkulu Eziyisikhombisa”?

Yavelaphi le ncazelo? Futhi uyini umehluko phakathi kwesono esiletha ukufa nesingakulethi?

Yisono Esinjani Esingenakuthethelelwa?

Ungazi kanjani ukuthi wenze isono esingenakuthethelelwa?

Kusho Ukuthini Ukuthi “Iso Ngeso”?

Ingabe umthetho othi “iso ngeso” ukhuthaza ukuziphindiselela?

Lithini IBhayibheli Ngotshwala? Ingabe Kuyisono Ukubuphuza?

Empeleni iBhayibheli likhuluma ngezinzuzo eziningana zokuphuza iwayini nezinye iziphuzo ezidakayo.

Ingabe Ukubhema Kuyisono?

Singakwazi kanjani ukuphendula lo mbuzo uma iBhayibheli lingakhulumi ngokubhema?

Ingabe Ukugembula Kuyisono?

IBhayibheli alenabi mayelana nokugembula, ngakho singazi kanjani ukuthi uyini umbono kaNkulunkulu?

Imikhuba Engokwenkolo

Lithini IBhayibheli Ngokunikela Okweshumi?

Ungase ukumangaze umehluko ophakathi kwalokho okushiwo yiBhayibheli nalokho abantu abacabanga ukuthi kushiwo yilo.

Ingabe Kufanele Sikhulekele Imifanekiso?

Ingabe uNkulunkulu unendaba nokuthi sisebenzisa imifanekiso noma izithixo ekukhulekeleni kwethu?

Ingabe AmaKristu Kumelwe Agcine ISabatha?

Uma kungenjalo, kungani iBhayibheli libiza iSabatha ngokuthi isivumelwano esihlala njalo?

Lithini IBhayibheli Ngokukhuluma Ngezilimi?

Ingabe ukukhuluma ngezilimi yikona okubonakalisa amaKristu eqiniso?

Lithini IBhayibheli Ngokuzila Ukudla?

Kungaphansi kwaziphi izimo lapho abantu okukhulunywa ngabo eBhayibhelini babezila khona ukudla? Ingabe kufanele amaKristu azile ukudla?

Lithini IBhayibheli Ngokupha?

Yiluphi uhlobo lokupha olujabulisa uNkulunkulu?

Iyini Imiyalo Eyishumi KaNkulunkulu?

Obani abanikwa iMiyalo Eyishumi? Ingabe amaKristu abophekile ukugcina iMiyalo Eyishumi?